SHEILA MHLONGO
Kulonyaka ngifuna ukushutha ama-Music videos ezingoma za-2024 ezintathu okwi EP. Ngifisa umsebenzi wami uzwakale OKhozini fm ngoba emsakazweni yomphakathi ziyadlalwa. Kulonyaka ngifisa ukusebenza ft noMaganga Thishela okuyinsizwa yangakithi kwaCeza.
Engikufundile emculweni jikelele ukuthi zazi ukuthi ufunani futhi ubhekephi uphinde unganaki amakhomenti abalandeli koFacebook. Kulonyaka abalandeli bangalindela iproject entsha shaaaa EP esemshinini kuyimanje sengilinde umphathi wami ashaye impempe ‘uMr Sibekezelo Zulu’.
Umculo wami uyatholakala kuwona wonke ama digital stores. Facebook page: Intungwa Lesizwe, YouTube: Intungwa Lesizwe, yonke indawo Intungwa Lesizwe, calls/whatsapp: 071 132 0675.

