SHEILA MHLONGO
Ofike wamangaza abaningi emcimbini owawuse Maphephetheni owaziwa nge-Asiphepheni Ezingozini Ngephasika Presents, Lomculi ungene estage ephethe isihlangu okuyinto emangaze abantu abaningi abanye bebencoma ubugagu balensizwa yako Mageba nobuhlakane.
Ngifisa abantu bazi ukuthi benginxusa abaculi ukuthi beqhubeke behloniphe abantu baphinde bezihloniphe nabo. Kanti ugiye kakhulu ngenkathi esephefoma ingoma yakhe ethi ‘’Ngimanxeba nxeba’’. Okwi single leya akasanda kwikhipha.
Ugadizwe ubuye abe unhleli womcimbi owaziwa nge sakhisizwe music show awucelela ukulekelelwa kuwo ngo xhaso ukuze ekwazi ukuqhubeka akhulise amaciko wonkana ngalomcimbi uyafisa naye ukuba omunye wabahleli oyogcina esekhokhela abanye abaculi.
Ungaxhumana nathi kuTik Tok: king Gadizwe, Facebook: king Gadizwe M king noma kulenamba: 066 391 3473.

