USphamandla  Andile  Sibiya  onguMlingisi ucela uMasipala iJozini umeseke nabalandeli

SHEILA MHLONGO

Ngizalelwe emtubatuba ngihlala eThekwini Kwamashu D section ngifunde Esigedeni  High  School eMbazwana  kwaMhlabuyalingana  nginguMlingisi (actor) ngiphinde ngibe uDirector. Ngidlale umdlalo wamabonakude as Shoti from uzalo  and  Tshepo on Durban Gen, hotel security on Amalanga awafani @SABC1 lapho engiyishukumisa khona between uStha and Sabelo ngiphinde ngasebenza kuma project  amaningi  akoMzansi Magic n 1kzn TV lapho engibizwa khona ngo PK.

Njengamanje ngiyi-CEO ye 1 Step Casting  and Production PTY LTD Registered Company ngiyi-Director Sifaka amaciko kumabonakude  siphinde siwaqeqeshe ngo kwamakhono ngifisa uku hambela  zonke izindawo  ezikhona  e-kzn sicije  amakhono sifake  abantu endimeni yezama-film ngingajabula kakhulu oMasipala mabengasilekelela sengike ngazama ukuxhumana noMasipala base  eJozini usizo angikayitholi naseMtuba sengike ngasifaka isicelo kumaspal lutho.

Okwamanje ngisebenzisana Namalanga Awafani noZalo ngokuwa provider nge background  artist ngizoba nane Workshop maduze nje  inhloso yami  enkulu noma isicelo sami ukuthi uMasipala  ungilekelele ngikwazi ukulolonga  abantu abancane nabadala ngibafake endimeni ebese senza   ifilm  nalowo Masipala. Ofisa ukuxhumana nami  ngiyatholakala WhatsApp / Call :  076 198  5443, Facebook: Sphamandla Andile naku tictok: Shoti@075.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *