USiphiwe ‘Intuselihle’ Ngema waseShowe ufisa ukuzibona ekwelinye iznga ngokubekwa yini balandeli

SHEILA MHLONGO

Kulonyaka ka-2025 ngifisa ukuthatha umculo wami ubekwelinye izinga ngifisa kuqashwa ukuze ngidlulise  imessage ngomculo wami.

Ngifisa ukusebenzisana nabantu abasezingeni eliphezulu ukunami khona ngizothola ulwazi oluningi nami ngelinye ilanga ngingene emicimbini emikhulu.

 Ngingathanda ukusebenzisana noBhuti omdala uMfokaMajola laphana eMkomaas  uThwasa Lekhansela. Kuleminyaka edlulile ngifunde ukuthi kumele ngihloniphe umsebenzi wami ngikhuphule iBrand yami ukuze ngizoba isibonelo esihle kwababukela kimi.

Abalandeli kufanele balindele ushintsho olukhulu ezingomeni engizozikhipha ngoba ngasosonke isikhathi ngikhipha into okumele ijabulise wonke muntu olalela umculo wami.

Izingoma zami ziyatholakala online etc: Spotify, YouTube, Amazon,iTunes, Apple store zitholakala yonke indawo babheke “Intuselihle” bazozithola

WhatsApp/ Call: 067 05 32603, Facebook: Intuselihle Maskandi

YouTube: intuselihle topic , Tiktok: iciko intuselihle. Uma ngiqashwa nansi inamba yemanager yami: 065 138 0301.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *