SHEILA MHLONGO
Engifisa ukukwenza njengoba kunyaka omusha ukuthi emculweni wami ngenze ngedlela eyiyona nokuthi okumele ngikuyeke ukuvilapha ngikhuthale ngipromote mculo wami. Izinhlelo zami zalonyaka zithi kumele ngenze izingoma ezojabulisa abantu.
Umculi engifisa ukusebenza naye kulonyaka uMphuphe kanye noMasefana. Izifundo engizifundile ngonyaka odlule ukuthi ngingaziqhathanisi nomunye umculi kufanele ngicule ushuni wami ngedwa.
Okungalindelwa abalandeli ukuthi balindele umsebenzi omusha okuyizingoma nemicimbi.
Izingoma bangazithola ku YouTube, Tubidy kuphela kwamanye amaplatform azikho inamba engitholakala kuyona whatsApp: 078 102 0400, Calls only: 083 569 2900 kuFacebook:C Amkelo JOMBA sarhh.

