UNtuthuko ‘Kaytee Da’ Madonsela usiza abafisa ukuqhuba amakhono ngaphansi kwe-Ithimba Lama Actor The Media

SHEILA MHLONGO

Kulonyaka ngifisa ukuyeka izinto ezibhedayo njengotshwala nokudlala ngomsebenzi

Kulonyaka ngifisa ukusebenzisana namaciko ahlukene njengoba ngiyenza izinto eningi zobuciko njenge (Photographer, Acting n Graphic designer.  Baningi kakhulu yazi impela engifisa ukusebenzisana nabo kodwa engifisa ukusebenzisana naye kakhulu INkabi ubhuti uBig Zulu no Dj Tira.

Ngifunde okuningi kakhulu lapho ngibhekene khona nengcindezi njengomuntu ophila nokukhubazeka bengicwasa abantu ngiphuza kakhulu utshwala ngibuye ngizame ukuzibulala.  Kuningi kakhulu njengoba abaningi bengicele ukuthi ngivule ama classes awokufunda ukuba abalingisi ngiphinde ngibathathe bebe ngaphansi kwe Production yami ebizwa nge-Ithimba Lama Actor The Media.

Okwamanje bengisalungisa izinto kwiproduction engizama ukuyivula kodwa zikhona ingoma eseziphumile kuYouTube (ITLA channel YouTube) nama film esiwenzayo kwi channel ( Ithimba Lama Actor The Media) ku -YouTube. Ngitholakala kuwhatsApp or Call: 078 698 0425  naku Facebook Page: Ithimba Lama Actor The Media /Kaytee Da Rest Live Musician (15k followers).

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *