SHEILA MHLONGO
Kulonyaka ngifisa ukwenza kangcono yize noma ziningi inkinga ezivelayo ngiqine ngenze kangcono. Ngiqhubeke ngenze kangcono kumusic wami kanye nasempilweni yami ukuze ngikwazi ukuzimela.
Kulonyaka ngithanda ukusebenza nalaba engisebenza nabo uChris T owu producer aphinde abeh umculi weHip-hop neRnB kanye nama piano ngoba ibona engibazi kangcono futhi sisuka kude nabo umsebenzi wami ngifisa ukuba ubuphumelele ezandleni zakhe.
Izifundo engizitholile ngonyaka ophelile ukuthi noma kubanzima ubona engazathi izinto azilungi ungalilahli ithemba kukho konke. Kulonyaka ngizimisele ngokuthi bezwe umculo wami ngifisa ukukhipha iEP. Kulonyaka ungakapheli umculo wami uzobe utholakala kuwo wonke ama-digital platform ngoba okwamanje izinto ziya ngokulunga
ngitholakala kulenombolo: 063 748 0547, facebook: Zamani Zikhali ebese kuba-Instagram: zamani_izikhali.

