UMfanafuthi Shange  kwaDumisa  obhala ngezinkondlo nomculo kungamjabulisa ukwesekwa

SHEILA MHLONGO

Ngifunde amabanga aphansi eVukaphi Primary School, amabanga aphezulu ngiwafunde eSiziphumelela High School.

Ngingumbhali wezinkondlo sengikhiphe iqoqo lezinkondlo elisihloko sithi “kuyosa”leliqoqo ngilikhiphe ngo-2021 ngibambisene no-Ayandah Mchunu ngaphansi kwe ( Insika yezwe publisher) inhloso yaleliqoqo ukuzokhuthaza ababhali abasha ngemisebenzi abayenzayo siphinde sibagqugquzele ngokuhlonipha uLimi ngoba ulimi lwethu liwusiko mpilo esizweni sethu MaZulu.

Izifundo engizifundile ngonyaka ka-2024 ngifunde ukubambisana nabantu mase ngiyabahlonipha

Kunyaka ka-2025 sicela abantu bangilekelele ngokungisaphotha emculweni kwazise izinkondlo ngibuye ngiziqophe zibe uMaskandi ngikhuluma kunengoma yami engiyikhiphe ngo-2024. Ngibambisene no Thwasa Lekhansela,Mudemude nd Velileh Zulu eshise izikhotha esihloko sithi: ngiKhanyiseleni Mathongo obaba.

UMusic wami uyatholakala kulama Digital Stores  Spotifty,youtube

Noma Amazon, Whatsapp/ Call : 078 686 5010 , Facebook: Mfanafuthi Boy- again Shange

Kanye noTiktok : Mfanafuthi MrO

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *