SHEILA MHLONGO
Engifisa ukukwenza kulonyaka ngifisa ukwenza umcimbi ozobamkhulu endaweni yangakithi kwa Swayimane ngijabulise abantu bakhona. Izinhlelo zami zithi kulonyaka ngizimisele ngokudlalela abantu ingoma yami phinde ngicele badlale ingoma kuzo zonke izindawo.
Umculi engifisa ukusebenzisana naye kulonyaka ubhuti uKhuzani. Izifundo engizifundile kulonyaka ukuthi uma ungumculi kumele wamukele noba ngabe kuthiwa yini eyenzakalayo ngawe kanti kulonyaka abalandeli abalindele umsebenzi wami omusha ozophuma ngabo July. Kulezi ezikade zaphuma bezingathol kali kodwa kulezi ezizophuma kulonyaka zizotholakala kuzo zonke izindawo zokuxhumana .
WhatsApp / Call: 071 916 5086 kuFacebook : Sphamandla Mahlokorh. Zungu .

