Abahleli bomcimbi Isiphetha Imbenge ozobe umhlaka- 13 Disemba Workshop eMastebhisini lapho sobe siklomelisa khona abaculi sihlonipha abanye umcimbi sithanda ungene kubantu ama-Awards kulonyaka unyaka wesithathu 3rd Annual sikhulisa amaciko asafufusa siwapha amandla abone ukuthi nawo ayabaleka ku Art yonkana asikhethi bala nabaculi asebenegama nama Legends ethu siyaye siwahlomulise kuwo lomcimbi wama-Awards.
Isibaya Samaciko inhlangano izimisele ukusiza ama-Artist asafufusa uxhaso siyoluthola ngendlela sikhuthaza ubambano nobuntu kumaciko awo wonke ama genre sicela abantu bezozibonela kobe kukhona izinhlelo eziningi ezahlukene i-KZN Namuhla Newspaper izobe ikanye nathi ukuthola imininingwane egcwele ungathintana no Ms N enambeni ethi: 073 4048 145 noma ku-email: nodumoyolanda@gmail.com .

