UMphumeleli “Skhonyane” Thabethe waseBhamshela ucela abahleli bemicimbi bamqashe ukuze ezovela kubantu

Igama lami nguMphumeleli Thabethe newele lakhe uPhumlani  kwaMaphumulo eBhamshela eChibini isigodi ngicula uMaskandi isifiso sami ukukhipha ingoma engazoba i-demo ebese beyangazi abantu abaningi endimeni yezomculo kamaskandi. Iznhlelo zami ukuthi ngiye studio ngiyozama  ukhipha ingoma ibeyinye nje.

Umculi engingathanda ukusebenzisa naye IVALAMLOMO engikufundile kulonyaka ukuthi kubalulekile ukuhlonipha wonke umuntu uyithobe ukuze uthole uthando ne-support nokuthike futhi kumele ngingayeki ukuzama noma ngibona sengathi amathemba ayashabalala.  Abalandeli ngibathembisa ulozolo lwe-single track engiluphekayo nokuthi ngiziveze kakhulu kubona ukuthi ngikhona okwamanje angikatholakali kuma(Digital platforms) ikhona idemo ngiyakusendela nje free of charge ukuthi uzwe amagalelo ami.

Ofisa sixhumane: WhatsApp/ Call: 082 511 3788, Facebook: Mphuh Tbt naku TikTok: Mphumeleli William Thabethe.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *