UKhanyisani Ngcobo ozalelwe eNkandla ocula uMaskandi ucela nimxhase ngokummema emicimbini

Igama lami ngu-Esethu Vum ngingowase Bizana ngenza uGrade-8 eNombuso High School. Ngineminyaka engu-14 ngaqala ukumodela ngisafunda ugrade-5 ngo-2022.  Ngaqala ngepageant ekuthiwa uMiss Prof. Bizana High School lapho khona ngaphuma i-1st runner up.

Ukusukela lapho akaze ngiyeke ukumodela, ngangenela uMiss Embo-2023 ngaphuma kwitop 5 ngaphinde ngangenela uMiss Heritage-2023 ngawina iQueen kwi-Juniors. Ngonyaka olandelayo ngangenela uMiss Bizana High Schools (Pre teen) 2024 kodwa ngangawina ngoba ngangingazi miselanga. Kulonyaka ngingenele u-International Miss South Africa 2025 ngiyabonga kubona bonke abangivotele ukuthi ngibe yingxenye ye-International Miss South Africa ngibongela owawinayo nami ngisanethemba lokuthi ngokuhamba kweminyaka ngogcina ngiphumelela kowe-International Miss S.A niqhubeke nangokuzayo ningeseke ngiyatholakala kuFacebook: Esethu Vum, Instagram:Esethu Vum.

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *