Igama ngiwu Zeqiniso Nsele intombazane encane ephuma endaweni yase Mbazwane ngineminyaka engu-12 ngifunda uGrade-9 eGolden Crown Science Academy, isiqubulo sami sithi: “self-life is not selfish but it’s important”.
Njengoba ngikumkhakha wonobuhle (Modelling) ngiqale ngo-2023 lapho ngatholwa umama Thuba Mhlongo onguMsunguli woMhlabuyalingana Pageant. Lapho ngangenela okokuqala umqhudelwano ngathola unombolo 4 ngolimi lwakwa modelling 3th runner-up ngase ngidlulelwa kuMiss heritage-2024 ongaphansi kuka Nksz. T Khoza lapho engafike ngenza ezibikwayo ngahlabana ne-Ambassador overoll winner 2nd runner-up, Influence , Top model, ngase ngikhethwa ukuyomela u Miss heritage kuMiss prestigious kzn nokulapho ngifike ngahlabana namba 1 Junior Queen.
Okuyilapho iKZN ingithembe khona ukuthi ngiyoyimela embukiswaneni wonobuhle eMzansi Miss Grand South Africa lapho ngithole khona first Runner-up Miss SN Nsele: 066 1647 864.

