SHEILA MHLONGO
Ngifunde amabanga aphansi eVukaphi Primary School, amabanga aphezulu ngiwafunde eSiziphumelela High School.
Ngingumbhali wezinkondlo sengikhiphe iqoqo lezinkondlo elisihloko sithi “kuyosa”leliqoqo ngilikhiphe ngo-2021 ngibambisene no-Ayandah Mchunu ngaphansi kwe ( Insika yezwe publisher) inhloso yaleliqoqo ukuzokhuthaza ababhali abasha ngemisebenzi abayenzayo siphinde sibagqugquzele ngokuhlonipha uLimi ngoba ulimi lwethu liwusiko mpilo esizweni sethu MaZulu.
Izifundo engizifundile ngonyaka ka-2024 ngifunde ukubambisana nabantu mase ngiyabahlonipha
Kunyaka ka-2025 sicela abantu bangilekelele ngokungisaphotha emculweni kwazise izinkondlo ngibuye ngiziqophe zibe uMaskandi ngikhuluma kunengoma yami engiyikhiphe ngo-2024. Ngibambisene no Thwasa Lekhansela,Mudemude nd Velileh Zulu eshise izikhotha esihloko sithi: ngiKhanyiseleni Mathongo obaba.
UMusic wami uyatholakala kulama Digital Stores Spotifty,youtube
Noma Amazon, Whatsapp/ Call : 078 686 5010 , Facebook: Mfanafuthi Boy- again Shange
Kanye noTiktok : Mfanafuthi MrO

