2026
UMKHOSI WELEMBE KUHLONISHWA UMBUMBI WESIZWE SAMAZULU INKOSI USHAKA KASENZANGAKHONA
Kubungazwe uMkhosi weLembe KwaDukuza ngoMgqibelo womhlaka 24 Septhemba kuhlonishwa Ilembe eleqa Amanye AmaLembe Inkosi uShaka Zulu kaSenzangakhona owakhothamba ngoSepthemba 1828
Bakhalelwe amasongo kaSgonyela abakhwabanisa izincwadi zokushayela
OWAMI THABETHE Kuboshwe abantu abangu-33 ngecala lokukhwabanisa lokukhishwa kwezincwadi zokushayela eMelmoth Driving License Centre ngaphansi kukaMasipala waseMthonjaneni. UMnyango wezokuThutha nokuHlaliswa…
Izinyunyana zamukele ukwethulwa kwamamitha kagesi e-pre-paid ezikoleni zaseThekwini
OWAMI THABETHE Izinyunyana zothisha zamukele uhlelo lukaMasipala weTheku lokwethula ama-pre-paid metres ezikoleni ukuze usize uMnyango wezeMfundo ekuguquleni zonke izikole zikaMasipala…
Sekuvalwe ezinye izinkampani ezingu 8 ezihwebelana noMasipala weTheku
OWAMI THABETHE UMasipala weTheku usuvale ezinye izinkampani ezingu-8 ezihweba nawo, nokwenza isibalo sezinkampani ezivinjelwe ukwenza umsebenzi weDolobha sibe ngu-32. IMenenja…
UMasipala weTheku seqalile ukucima izikweletu zemizi yabashonayo.
OWAMI THABETHE UMasipala weTheku usuqalile ngohlelo lokucisha isikweletu sempahla yasebeshonile. Ngenyanga edlule, umkhandlu weTheku uthathe isinqumo sokucisha isikweletu sezakhiwo esifika…
Udaba lwe GBV eNingizimu Afrika: Yini edinga ukuthi ishintshe ukuze kunqotshwe iGBV ezweni
Angeke sikwazi ukukhuluma ngokuthuthukiswa kwabesifazane ngaphambi kokuthi sibhekane namaqinso abuhlungu mayelana nomlando wokulimala. Kusiza ngani ukuthi sibungaze abesifazane abayingcosana besikhathi…
UMnyango wezaseKhaya uzovula ngeMigqibelo kubafundi beBanga lesi-12 abangenabo omazisi njengoba sekulindelwe izivivinyo zokuphela konyaka
OWAMI THABETHE UNgqongqoshe Wezasekhaya, uLeon Schreiber, umemezele ukuthi amahhovisi omnyango azosebenza amahora amahlanu ngeMigqibelo kuzo zonke izifundazwe, ukunikeza omazisi besikhashana,…
Sekuvuliwe ukufakwa kwezicelo zoxhaso luka NSFAS zonyaka ka-2025
OWAMI THABETHE INational Student Financial Aid Scheme (NSFAS) isivule ngokusemthethweni uhlelo lokufaka izicelo zonyaka ka-2025. UNgqongqoshe Wezemfundo Ephakeme Nokuqeqesha, uDkt…

