UKotini Lwandile Dinangwe (19) odume ngelikaKotini owenza umculo weHiphop ohlala kwaMaphumulo uthi ufisa ukudlulisa umyalezo kubantu mayelana nengoma yakhe entsha azoyikhipha ngoZibandlela isihloko sayo sithi “UB’HLUNGU ” lengoma izobe ikhuluma kabanzi ngempilo yakhe.” Ngalengoma ngizobe ngikhuthaza intsha yanamuhla ukuba isebenze kanzima kusaneskhathi”. Kusho yena.
UKotini uthi ufisa ukuthi abantu bamulandele ezinkundleni zokuxhumana ekhasini lakhe lika Facebook @Kotini DaCul K, izingoma zakhe ziyatholakala kuma Digital platforms kwabafisa ukuxhumana naye nansi inombolo yake Cell No. 0763587889-Email. lwandiledinangwe16@gmail.com