Ngenela umncintiswano ka-Albany uzibeke ethubeni lokuwina u-R400 000

SHEILA MHLONGO

Albany uyacela ukuba umphakathi weseke isikole oseduze naso noma kungeke kuphumelele zonke izikole kodwa kukhethe izikole ezingu-500 kulomncintiswano. Kulonyaka ka-2025 Albany uye wakhetha ukusiza izikole ngoba uyazi kwezinye izikole uhulumeni akabhekisisi kahle ukuze izingane ziphile kancono ezikoleni .Albany uyacela ukuthi lezikole ezikhethiwe zisebenze kanzima ukuze zibe sethubeni lokuthola i-share yomklomelo ka-R400 000. Isikole esowina sizothola uR100 000 ekupheleni konyaka kanti futhi i-term ngayinye kuzobalwa ukuthi mangakki amapacks abanawo ngoba kushiwo nje ukuthi collect a pack okusho ukuthi ucosha uplastic wesinkwa sakwa-Albany usihambise eskoleni sakho unike uthishawakho eclasini lokho kwenziwa ilezikole ezithunyelwe u-Albany kuzo.

Uma ubona abasebenzi bakwa-Albany besesikoleni sakho kusho ukuthi isikole sakho naso sikhethiwe kulo mncinciswano. Abakwa-Albany bayafika esikoleni bashiye u-bin enizofaka kuwo oplastic kodwa kumele umfundi ngamunye ezame ukusebenza kanzima ukuze naye azibeke ethumeni lokuwina i voucher  nothisha basebenze kanzima ukuze iclass lakhe libe sethubeni loku wina . Ukuze uwine kumele ukuthi ucoshe oplastic besikwa sakwa-Albany . Njengoba lomncintiswano usuqalile nje  kwezinye izikole into ezobhekwa kuzobhekwa ukuthi ku term-1 bangaki oplastic isikole esibacoshile nokuthi iliphi i-class elicoshe kakhulu nokuthi imuphi umfundi ocoshe kakhulu . Kulindeleke ukuthi isikole ngasinye  sicoshe oplastic abawu-4200 kuya phezulu  kwi-term ngayinye okusho ukuthi makuphela i term yokuqala esikoleni bazophinde bebuye bezobheka ukuthi nisebenze kanjani ukuze nithole umklomelo ka term-1 ohamba ne picnic, voucher, kanye nemali engango-5000 every term kuze kuphele unyaka bese ke kubhekwa isikole esihambe phambili kunazozonke sithole u-R100 000.  Siyacela ukuthi abazali nothisha bathenge  Albany emakhaya ukuze bethole oplastic baphinde bacoshise izingane zabo ukuze bewine . Nakuma tuckshop aseduze kwenu nithenge izikwa zakwa-Albany.

Lomncintiswano uvulelwe ama Primary Schools from grade R to grade 7 ukusebenza kanzima kwesikole sakho ukuphumelela kwaso .Kuye kwakhethwa i Kwazulu Natal, Gauteng and Western Cape  izona ndawo ezizosisakala ngalo mncintiswano.

Albany collect  a pack

Mele siphile ntofo-ntofo  sidle isikwa esintofo-ntofo

Sibonge kakhulu kubona bonke abasebenzi bakwa EYES AND EARS MARKETING SERVICES  nabo abakhethiwe ukuthi benze lomsebenzi omngaka nabo sibonga ukubekezelela izingane ezikoleni noma zibuye zibahluphe kodwa siyabonga.

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *