Luthela izithelo ezinhle kakhulu uhlelo lwe- DDP Migration Project
Uhlelo lweDDP Migration Project lukhombisa imiphumela emihle kakhulu njengoba lubonakalisa ukuthi lukwazile ukushintsha izimpilo zabantu bakuleli kanye nalabo abangabokufika lapha eNingizimu Afrika.

