I-SASSA yelule isikhathi sokusebenza kwamakhadi egolide (Gold Cards) kuze kube Disemba 2023
Ezinyangeni ezedlule uSASSA ube nomkhankaso lapho ebasazisa khona abahlomuli bezibonelelo abasebenzisa amakhadi asaGolide abephelelwa isikhathi ngenyanga kaApril, May no June 2023 ukuba baphuthume bayoshintsha amakhadi ukuze bathole amakhadi amasha.

