Ubuphuphuma injabulo umphakathi waseNewtown kuvulwa ihholo kabusha

Injabulo ibiphuphuma kumalungu omphakathi waseNewtown, kuWadi 55, nezindawo
ezingomakhelwane ngesikhathi uKhansela Siyabonga Mfeka amukela okhiye behholo
lomphakathi, iNewtown A Community Hall. Leli hholo lakhiwe kabusha ngenxa yokuthi
bese ligugile futhi lisesimweni esingesihle. Amalungu omphakathi asezokwazi ukwenza
imicimbi eyahlukene okubalwa kuyo imishado, imingcwabo, nokunye.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *