Ithimba leRural Area Based Management eThekwini ligasele KwaDabeka lihlola izitolo ezidayisa ukudla

UMasipala weTheku uyaqhubeka nomkhankaso wokuqinisekisa ukuthi izindawo ezithengisa ukudla zisesimweni esifanele. Muva nje, uphiko lweRural Area Based Management Unit luhambele izitolo ezithengisa ukudla KwaDabeka lapho kuhlolwe khona ukuthi imithetho yezempilo nezokuphepha iyalandelwa yini. Lo msebenzi ubuyingxenye yomkhankaso i-Operation Good Hope okuhloswe ngawo ukubhekana nezinselelo zokuhanjiswa kwezidingo kubantu

Khona manjalo   nendawo yaselokishini laKwaMashu nayo ayisalanga ngaphandle njengoba amabhizinisi akhona kulendawo ehloliwe ukuqinisekisa ukuthi izindawo ezithengisa ukudla zisesimweni esifanele.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *