Sicelela izisulu zezikhukhula usizo lwezimpahla zokwembatha

Sizwe sakithi sanibonani, nginesicelo kubo bonke abangathintekile kulesimo sezikhukhula ngicelela laba abathintekile usizo, uma kukhona esibaziyo noma singabazi kodwa sinawo amandla wokulekelela masibasizeni. Uma indlu ithathwa yisikhukhula ziyahamba nezingubo zokugqoka nezokwembatha umuntu usala engenalutho yingakho lwamukelekile noma yiluphi uhlobo losizo kulesimo . Sibusisiwe isandla esiphayo kunesamukelayo 

Obhalayo Umfundisi Katlego Nare 

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *