Kumenywa umphakathi ube ingxenye yeMashi yokulwa neGBV eLusikisiki ngosuku lweMandela Day

I Gender Based Violence eNingizimu Afrika idlalubi kakhulu kwizindawo zasemakhaya
Kanye nasemadolobheni amancane ikakhulukazi kwindawo yase Lusikisiki Eastern Cape
ngoba iyona enesibalo esiphezulu kakhulu ezweni zokuhlukunyweza kwabantu besfazane
Kanye nezingane ezincane.
Ukuzwakalisa izwi u DJ Roberto_86 Kanye neqembu lakhe lomculo Amaqhawe
amampondo  ebambisen ne Cabekwana Recycling Campany yase Lusikisiki Eastern Cape
Kanye nayoyonke imikhakha kahulumeni baqale I Mashi ewuchungechunge ezobanjelwa
khona
e Lusikisiki Eastern Cape ngomhla Ka 18 July 2023 eliwisana ngokuhlukunyezwa kwabantu
(AntiGBV Campaign) .
Abagqugquzeleli bale Mashi ekungu Zindzi Biata Kanye no Sifiso Ernest Nomazombelana
owaziwa njengo DJ Roberto_86 Kanye no Mr Mazinyo we Cabekwana Recycling Campany
bathi babone kuyilungelo labo ukusebenzisa lolusuku lwe Mandela day ukuveza ubungu
nenhlupheko eyenziwa ngabantu ekuhlukumezeni isizwe sakithi,ziningi izinto
ezizokwenziwa kule Mashi futhi sebelitholile igunya lokusebenza ukwenza lemashi