I BAFANA BAFANA KOWENDULELA OWAMANQAMU E COSAFA CUP 2023
I Bafana Bafana izibekele indawo idlula kwi ESwatini kanzima emdlalweni wokugcina ka Group A, kweye COSAFA 2023 ngolwesibili ntambama e Princess Magogo Stadium.
I Bafana Bafana izibekele indawo idlula kwi ESwatini kanzima emdlalweni wokugcina ka Group A, kweye COSAFA 2023 ngolwesibili ntambama e Princess Magogo Stadium.
UMQEQESHI weBafana Bafana Cosafa Cup uMorena Ramoreboli ukhuthaze abadlali abaphelelwe
yizinkontileka abafana noLesedi Kapinga noLyle Lakay ukuthi basebenzise isikhathi sabo eqenjini
lesizwe ukuheha abaqashi abasha.
URoyal Son Andile Zindela (31) ozalelwa endaweni yase
zingolweni Port shapstone wakhulela eFolweni usehlale
kuma lokishi amaningi la eThekwini njengo Umlazi,
Kwamashu nakwaNdengezi
I Gender Based Violence eNingizimu Afrika idlalubi kakhulu kwizindawo zasemakhaya
Kanye nasemadolobheni amancane ikakhulukazi kwindawo yase Lusikisiki Eastern Cape
ngoba iyona enesibalo esiphezulu kakhulu ezweni zokuhlukunyweza kwabantu besfazane
Kanye nezingane ezincane.
UNompumelelo Mjadu (34)ungowokuzalwa Empangeni esigodini sakwaNdondwane, uqale
ukuba nothando lwemfashini ngesikhathi efunda eSiyakhanyisa Primary School ngonyaka ka
1998.
UNelson Mandela uMengameli wokuqala weNingizimu Afrika owaqopha umlando
ngokuba umholi owabe ephikisana nobandlululo, ushiye ifa elimangalisayo
eNingizimu Afrika kanye nasemhlabeni wonke. Ukuzibophezela kwakhe ukuthola
izisombululo zokuthi kube khona ubulungiswa, uxolo, ubuqotho, inkululeko
kanye nokubuyisana kulokhu kuqhubeke njalo nokumangaza iningi labantu, abasha
kanye nabadala ngokufanayo emhlabeni wonke.
Ibalelwa ku 360 imindeni ehlomule ngezindlu zomxhaso kahulumeni
ku ward 90 ngaphansi kukamasipala weTheku.
Uhulumeni uthi uzosiza imindeni ekhahlanyezwe yinkanyamba ehlasele eNanda, Lokhu
kumenyezelwe ngesikhathi sokuhlolwa kwezindlu okuholwa uNgqongqoshe wezokuHlaliswa
kwaBantu uMmamoloko Kubayi, ovakashele le ndawo ngoLwesithathu olwedlule,
UZandie Khumalo ongudadewabo kaKelly Khumalo owabe eyintombi ka Senzo Meyiwa owabe
engunotzinti we Orlando Pirates, usebhalele uMengameli wezwe uMnu Cyril Ramaphosa emcela
Njengengxenye yokungenelela ekunciphiseni ukuntuleka kwemisebenzi, uHulumeni
wesiFundazwe saKwaZulu-Natal uzokwethula umkhankaso oyingqopha-mlando wokudala
amathuba omsebenzi aqondiswe kubantu abasha.