Inhlangano iReligious leaders in Community Development igxeka isenzo sikaSihlalo weANC KwaZulu-Natali

SHEILA MHLONGO

Siyinhlangano  yabaholi bezenkolo iReligious Leaders in Community Development sifisa ukusho ukuthi siyamelana nokubhebhetheka kodlame eNingizima Africa, Sigqugquzela uxolo kanye nenhlala kahle.

Isenzo esenziwe usihlalo we African National Congress besingesihle neze, Okuyinto etshengise ukungawuhloniphi uZulu wonkana, Singabezenkolo sigqugquzela ukuhloniphana kanye nokuphathana kahle ukuze isizwe sethu sohlala kahle.

Ukuphawula kwami, kungathi sesibongile kwelibusayo ngicabanga ukuthi sekuyisikhathi soshitsho kulonyaka ka 2024 njengoba kuyiwa okhethweni, I nhlangano ebusayo isisebenzile eminyakeni endlule futhi sesibongile. Kulonyaka asifakeni iqembu elizoletha okwehlukile iqembu elinjenge IFP njengoba sazi sonke ukuthi ikuphi ukuyisizinda salo.

Abantu mabahambe beyovota ngomhlaka 29 May 2024,Bavote kahle.

Siyaphambili ngokukholwa.

Rev Vusumuzi Kunene

Religious leaders in Community Development

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *