SHEILA MHLONGO
Ongumculi kamaskandi aphinde abe uDirector ku-Ubumbano NDW Entertainment kulonyaka ngifisa ukusebenza ngokuzikhandla kakhulu ngifezekise iphupho lami lokuba ngumculi ozokwaziwa. Kulonyaka ngifisa ukuqinisa kakhulu ukukhangisa umsebenzi wami ukuze ngizothola ithuba lokuqashwa.
Umculi engifisa ukusebenza naye ubhuti Jaiva Zimnike ngifunde ukuthi uma usebenza ngokomculo kumele ukhangise at all times so that abantu bezokubona bakwazi ungakhiphi umculo bese uyahlala abathandi bomculo bangalindela I-album emnandi kakhulu sihloko sayo sithi: “Ngizolifaka Lonke”
Izingoma zami zonke zikhona kuma digital platforms ubhala igama uthi: INALITHI kube sekuvela .
Abafisa ukuxhumana nami ngiyatholakala Tiktok :Inalithi SA, Facebook :Inalithi, WhatsApp /Calls 0746087569 and Bookings: (0615058009/0746087569)

