UNgqongqoshe ugxeka ukubulawa kwasebekhulile
UNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi KwaZulu-Natal, uNonhlanhla Khoza, ukugxekile kakhulu ukuqhubeka kokuhlukunyezwa nokubulawa kwabantu asebekhulile abasolwa ngobuthakathi
UNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi KwaZulu-Natal, uNonhlanhla Khoza, ukugxekile kakhulu ukuqhubeka kokuhlukunyezwa nokubulawa kwabantu asebekhulile abasolwa ngobuthakathi
Owabe enguNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMnotho, ezokuVakasha kanye nezeMvelo, KwaZulu-Natali, uMnu Mike Mabuyakhulu usengokhululekile emva kokuthi inkantolo eyaziwa nge Durban Commercial Crimes Court imthole emsulwa ngamacala abebekwe wona okukhwabanisa,inkohlakalo kanye nawokushintshanisa ngemali ngokungekho emthethweni.
UNokubonga Mnyango waseMpangeni owavula ibhizinisi lokuqoqa udoti aphinde awudayise usekwaze ukuvula amathuba omsebenzi kubantu ababalelwa ku 22. Lentokazi iqale lelibhizinisi ngonyaka ka 2014 emva kokuba kade isebenza njengomshayeliwezimoto, kwenye yamafemu.
Inhlangano i-National Association of School Governing Bodies(NASGB) ngokubambisana ne-Inanda Interfaith kanye nezinye izinhlangano zomphakathi, ihambele isikole iMandlakayise Primary School eNanda ngenhloso yokuqhuba uhlelo lwe Back to school kanye nokukhulekela othisha kanye nabantwana besikole ngomhlaka 04 Meyi.
Iningizimu Afrika ibhekene nenkinga yezempilo yomlomo njengoba izigidi zabantu ziguliswa ukubola kwamazinyo, isifo sezinsini nomdlavuza womlomo.
Kube ithuba eliyingqayizivele kosomabhizinisi abancane ngesikhathi bethula imisebenzi yabo abayenzayo eyahlukene.
Izovalwa okwesikhashana ukuze ilungiswe futhi ilungiswe nengqalasizinda.
Basebenzela umphakathi waseMpangeni abenhlangano iBhayilengane NPO esiza lonke uhlobo lwabantu abahlwempu.
Kwethulwe usonkontileka ukulungisa ibhuloho eliseNhlungwane eNtuzuma, okwadaleka umgodi omkhulu ngesikhathi kugasela izikhukhula zango-Ephreli 2022.
Ngibuhlungu ngendlela esiphathana ngayo siyisizwe esimnyama