Iqembu lika Cothoza lizokwethula Albhamu nomncintiswano Ka 10,000

Isthombe: Iqembu lika Cothoza I United Brothers yase Mashiwase eLovu

NKOSIE NTOMBELA

NKOSIE NTOMBELA

Iqembu labantu abashe laseSgodini saseMashiwase lizokwethula Albhamu yayo entsha Ka 2023 ezoba sehholo lakhona eMashiwase eLovu.
Ongamele izinhlelo kwi United Brothers ekhuluma neNtatheli ye KZN Namuhla Newspaper unabe kabanzi ngezinhlelo zabo njengoba seziphothuliwe inhlelo.
“Esingakuqinisekisa manje sesinalo usuku lokwethula Albhamu yeqembu okusijabulisayo nesithembayo njengoba sibeke nomncintiswano wamaqembu sabeka isamba sa R10,000 okuzobe kuqhudelwana ngawo ngosuku olukhulu umhlaka 14 October khona la endaweni eMashiwase Hall esicela abantu baphume ngobuningi babo bazothamela umcimbi okungenwa ngo R30 kuphela futhi nozothenga albhamu yeqembu uzothola ithikithi lamahhala lokuthi angene azozitika ngedili lomculo kuphetha uDumi Ngidi
I United Brothers umculo wabo uzotholakala kulo iqembu uzobakhona nakwi internet ngakho ke kulindelwe wonke amaqembu anegama kwezikacothoza kunaba ongamele inhlelo ze United Brothers, ngemininingwane nabazofisa ukuzothamela bangaxhumana nomxhumanisi weqembu kwinomboloethi068 290 6382.

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *