Vukani zinsizwa niqaphele uma nizijabulisa ngotshwala
Ngiyabingelela sizwe sakithi, nginibhalele nalu udaba olubuhlungu olunganakekile, akuyona into enhle ukudlwengulwa kufana nokubulala umuntu ephila kanti nokuqanjelwa amanga kuthiwe udlwengule ungadlwengulanga nakho yikumbulala umgqibe ephila umuntu ngoba umphuca ikusasa lakhe ngento angayenzile .

