EZOMPHAKATHI ZIXOXWA NGEZITHOMBE

Nangempela lwafika lwedlula olungaliyo ngoMgqibelo womhlaka 10 Febhuwari uMengameli we Economic Freedom Fighters (EFF) uMnu Julius Malema wagcwalisa iMabhida Stadium eThekwini ngesikhathi abantu abebevela kulolonke elakuleli bezolalela inkulumo yakhe yeManifesto phela ebeveza amaqhinga okubusa leli uma edle umhlanganiso ngokhetho luka 2024.

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *