2026
Ithimba leziphathimandla zaseThekwini zigasele emabhizinisini aseMlazi ehlola ukugcinwa komthetho
UMasipala ube nomkhankaso wokuqinisekisa ukusebenza komthetho eMlazi lapho kuvakashelwe khona izitolo eziningi ukuze kuhlolwe ukuthi ziyayithobela yini imithetho yezempilo nezokuphepha….
UMaspala weTheku utshale uR600-million ekwakheni I Westown eShongweni
ZUKUSWA MTHANTI Alinganiselwe kwinkulungwane abantu abaqashiwe nenkampani eziwu 27 ekwakhiweni lendawo ezobe inesibhedlela esizimele ne mall ezobizwa ngeWestown square ezodala…
Ingebhe ngokuhlangana kwe-EFF nabahlali basemjondolo KwaZulu-Natal
ZETHU PHOSWA KUZOWATHWALISA kanzima amaqembu ezepolitiki KwaZulu-Natal , ukuhlangana kwenhlangano i-Economic Freedom Fighters (EFF) nenhlangano yabahlali basemjondolo. Lokhu kuvele ngesikhathi…
UNgqongqoshe uDuma wethule iAfrica Tourism Indaba ezoba ngenyanga ezayo
UMphathiswa wezokuThuthukiswa koMnotho NezeMvelo kwa-Zulu Natali uMnu. Siboniso Duma wethule ngokusemthethweni ingqungquthela yezoKuvakasha i-Africa Tourism Indaba, phecelezi i-ATI ezobanjelwa e-King…
Obewumholi eqenjini le-NFP ujoyine inhlangano entsha i-AM4C
ZETHU PHOSWA Obengumholi kwi-NFP, uselaxaze leliqembu ngenxa yombango wezikhundla ngaphakathi, wajoyina iqembu elisha i-Allied Movement For Change(AM4C) UNkk Sindy Maphumulo-…
IHhovisi likaNdunakulu waKwaZulu-Natali licacisa mayelana nodaba lweNyosi yeSilo
SHEILA MHLONGO IHhovisi likaNdunankulu waKwaZulu-Natali selikhiphe isitatimende esizwakalisa ukudumala kwalo mayelana nodaba lwezinsolo zokuxoshwa kweNyosi yeSilo uMisuzulu kaZwelithini, okungu Mnu….
I-IEC ishicilele izitifiketi ezibalelwa ku 14,889 zabamele amaqembu ezepolitiki okhethweni
SHEILA MHLONGO Abe -IEC sebeshicilele badlulisela izitifiketi ezibalelwa ku 14, 889 zalabo abazobe bemele amaqembu ezepolitiki nabazobe ncintisana ukuthola izihlalo…
Qaphelani ningaphelelwa unembeza nisaphila emhlabeni
Ngiyanibingelela sizwe sakithi, nginibhalele ngo mlayezo omfishane mayelana nonembeza , uMvelinqangi wayengawufakeli ize unembeza emuntwini kodwa wayesenzela ukuthi kube yiyonandlela…

