Inkulumo kaNdunankulu  waKwaZulu-Natali yesifundazwe  yeseshini yokugcina kwisiShayamthetho sesithupha

Bekuheleza umoya wokuthula uNdunankulu ethula inkulumo yesifundazwe saKwaZulu-Natali obekungeyokugcina kwiseshini yesithupha yesiShayamthetho saKwaZulu-Natali. Okuyikona okusemqoka kulenkulumo uNdunankulu, ubalule izinto ezimqoka ezenziwe uhulumeni wesifundazwe kusukela eminyakeni engu 30 lelizwe labuswa ngokwentando yeningi.

Continue reading

Uyaqhubeka umbango wegama kanye nelogo phakathi kweMK Party kanye ne ANC

Uyaqhubeka umbango wegama leqembu loMkhonto Wesizwe Party kanye nelogo,njengoba iqembu leAfrican National Congress (ANC) likhala ngokuthi igama liwumlando kanye nefa leqembu leANC. UMnu Jacob Zuma bekungamele asebenzise leligama ngoba lizodala ukuthi kube nokudideka kubantu ngesikhathi sekumele bavote ngenxa yokuhlobana kwegama, ilogo kanye nemibala efanayo neye ANC.

Continue reading