Isitha seqebu le ANC iyona uqobo lwayo
Iqembu le African National Congress (ANC) kumele lizinuke amakhwapha, ngezinto ezenzeka ngaphakathi kulona ezidalwa intukuthelo yamalunga kanye nabantu abangabaholi phakathi kulona leliqembu.
Iqembu le African National Congress (ANC) kumele lizinuke amakhwapha, ngezinto ezenzeka ngaphakathi kulona ezidalwa intukuthelo yamalunga kanye nabantu abangabaholi phakathi kulona leliqembu.
Siyinhlangano yabaholi bezenkolo iReligious Leaders in Community Development sifisa ukusho ukuthi siyamelana nokubhebhetheka kodlame eNingizima Africa, Sigqugquzela uxolo kanye nenhlala kahle.
UMengameli wezwe uMnu Cyril Ramaphosa uhloniphe Inkosi uDinuzulu kaCetshwayo njengeqhawe elalwela inkululeko ezidela ukuze izwe likhululeke.
Kubukeka sengathi umqeqeshi osemkantshubomvu uErnest Midendorp uzoyitakula iCapetown Spurs elengela ezembeni. Lensizwa edabuka eGerman ifike ngonyaka odlule ku Spurs isimo sisibi kakhulu kuleliqembu kumbulwa kwembeswa kodwa manje kushintshile ukudla epletini iSpurs isidlala ibhola elinenkosi phakathi
Wamukelwe ngenkulu inhlokomo uMengameli wezwe uMnu Cyril Ramaphosaetheleka eFNB Stadium ngoMgqibelo ntambama emdlalweni weligi obuphakathi kwe Kaizer Chiefs ne Orlando Pirates.Ubengahambi yedwa uMengameli ubephelezelwa uNgqongqoshe wezimidlalo uMnu Zizi Kodwa kanye noMengameli weSAFA uMnu Danney Jordan
UGugulethu Mbhele (25) stage name Makhwapheni wenza umculo ka Maskandi.
ULuyanda Fakazi(23) owaziwza ngo Jay Cross Rsa
U-Menzi Ngcobo umethuli wezinhlo zezindaba ngaphansi omsakazo Khwezi FM kusukela ngonyaka ka2022 emva kokusebenza unyaka owodwa ngo2012. Uzalelwa KwaMashu eThwekeini ogwini lwesifundazwe kodwa inkaba yakhe iseNgudwini ngaphansi kwaseShowe. Uqede izifundo zakhe zobuntatheli ngonyaka ka2009 nokulapho waqala khona ukusebenza njengomfundi wezindaba kumsakazo oseThekwini iVIBE FM
UMengameli we Inkatha Freedom Party uMnu. Velenkosini Hlabisa,wethule iManifesto yeqembu phambi kwezinkulungwane zabamalunga kanye nabalandeli be IFP abebegcwele phama inkundla…
Izakhamizi zaseMhlasini, eVerulam kuWadi 60 zijabulele ukuvulwa kwehholo lomphakathi ngoLwesine ,lomhla ka-7 Mashi 2024.