UMasipala weTheku kuye kwadingeka uvule izindawo zokulahla imfucuza zesikhashana ngenxa yesiteleka sabasebenzi
Ngenxa yokuphazamiseka kokuqoqwa kukadoti okudalwe yisiteleka sabasebenzi esingekho emthethweni, uMasipala weTheku kuye kwadingeka ukuthi uze uvule izindawo zesikhashana zokulahla imfucuza ezibizwa ngama-landfill sites, ukuze umphakathi ukwazi ukulahla imfucuza kule ndawo mahhala.

