UNdunakulu uNtuli ubize imbizo kudingidwa inkinga yobugebengu obudlangile  endaweni yaseNanda

WONDER NGCOBO

UNdunankulu waKwaZulu-Natali uMhlonishwa  uThamsanqa Ntuli kanye namalunga eSigungu esiPhezulu, iziMeya, ubuholi bomdabu kanye nezinye izinhlaka ezahlukene ezilwisana nobugebengu.

Zihlanganyele ndawonye ezingxoxweni ezijulile okuhloswe ngazo ukulwisana nobugebengu obudla lubi esifundazweni iKwaZulu Natal.

Kulomhlangano kuphinde kwahlala obala ukuthi ubugebengu akusiyo inkinga edinga ezomthetho kuphela kodwa inkinga ethinta uwonke wonke ngakho kumele kuhlanganwe ukuze kuzophunywa nesixazululo.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *