USbonelo  Dongelihle SA Shabalala ufisa ukukhipha  EP ekhuluma ngempilo ucela nimeseka

Igama lami uSboniso Shabalala kodwa abaningi bangazi ngoSjolorh nasemculweni ngaziwa ngaye uSJOLORH nginesifiso sokukhipha i-Ep noma i-Album ngokwe career yami njengoba ngiphezu kwezinhlelo. Izinhlelo zami ukuzopha abantu ukudla kwendlebe njengoba ngiyiciko elinesikhathi ngikhona endimeni kaMaskandi noma ngingakaveleli. 

Abaculi enginesifiso sokusebenza nabo baningi ukubala nje abambalwa uKhotha, iNkosi Yamagcokama, Amageza Amahle nabanye abaningi ngifunde ukuthi ukwesaba noma ukuba namahloni ngeke kukusize ngalutho kodwa kumele uzinikele entweni oyenzayo uzethembe kuzo zonke izitolo zomculo ngisakulungisa kodwa uzotholakana maduze  online.

Ofisa ukungimema emcimbini noma ngabe mcane kangakani angikhethi ngimele brand yami singaxoxisana kulenamba Call/ WhatsApp : 078 469 1762 / 075 263 3865, Facebook: SJOLORH Dongelihle SA – I PAGE naku Tiktok: SJOLORH DONGELIHLE.

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *