UGILA IZIMANGA UDJ ONGENAZO IZINGALO WASE-NANDA OFUNDA E-GROOVES FELLAS

USbusiso Mahlangu odume ngelika Baby Dimples

Usafunde inyanga nohhafu kodwa wenza izimanga  njengoba efunda  Fellas Groove e Sangro House okuyisikole esifundisa o-DJ esiphethwe  uVeli Maphanga odume ngelika uDJ Veg.

IFellas  Groove isungulwe ngonyaka ka 2013, ifundisa ukuprojusa, ukusakaza kanye noku DiJeya, Uqeqesho luthatha izinyanga ezintathu.

Ekhuluma nephephandaba iKZN Namuhla, uDJ Veg ongumphathi wesikole uthe naye kummangazile ukubona ithalente elingaka  kulo DJ osemncane  ekubeni engenazo izingalo nezandla njengabanye abantu.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *