UDktl. Khunoethe uqokelwe kwesokubauSolwazi (Professor)

UDKTL. HALIMA KHUNOETHE: Njengamanje oyiNhloko yeHhovisi le-Head of the
Office of Standards and Compliance eMnyangweni Wezemisebenzi Kahulumeni
Nokuphatha.
Kuzwelonke. Uneziqu eziningi phakathi kwazo okuyi-PHD yase-UKZN,
Ungomunye wabasunguli beKZN Women Authors Forum eyasungulwa ngesikhathi
seCovid,Ungumama wamadodakazi amabili amahle. Ube nguSihlalo wokuqala we-KZN
Women Management Forum
Ungusomaqhinga futhi kulokhu weluleka i-SA National kanye nokuhlinzeka ngamaLungu
eKhabhinethi mayelana nezindaba zokuThuthukiswa Kwekhono kanye Nombuso
Wokuziphatha.
Ushicilele izincwadi ezimbili ezinesibingelelo sika Mengameli wezwe uMnu Cyril
Ramaphosa
⁃ Incwadi yokuqala esihloko esithi: “The SMARTER municipality against the ills of local
government” – ehunyushelwa olimini lwesiShayina

⁃ Incwadi yesibili yokuhlonyiswa kwabesifazane phakathi kokungalingani kanye nodlame
olusekelwe ebulilini
Isihloko : gender Activism from 16 days to 365 days
Uzoshicilela ezinye ezimibili kulo nyaka eyodwa ku-District Development Model (DDM)
nenyuvesi yaseNyakatho Ntshonalanga
kanye nolunye ohambweni lwe-BRICS WBA -SA engqungqutheleni ka-August ye-BRICS
ye-WBA -SA Afrika ezoba ngoNcwaba.

Uthando lwakhe lushintsha isimo esikhona nakuba enza ucwaningo mayelana namandla
ombuso kanye nentuthuko yabesifazane kuhulumeni namabhizinisi.
ushicilele inqwaba yamaphepha ocwaningo kuzwelonke nakwamanye amazwe futhi
usebenzisane nezifunda ezahlukahlukene njengeQatar, Malawi, Russia, Brazil, India
Njengamanje ungusihlalo we-BRICS (WBA -SA ) Women in Business ku-Capacity
Development Work Stream futhi njengamanje uhola ithimba eliqondisa izingqungquthela
zalonyaka -2023 ezandulela i-BRICS WBA – SA, ezizoba KwaZulu-Natal.
Njengamanje wenza izifundo zeLayisense yakhe Yokushayela (ufunda ukushayela izindiza
njengoba engumuntu oshintsha umdlalo

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.