IKwaZulu-Natali idle umhlanganiso kowama Indigenous Games yehlula ezinye izifundazwe

NKOSIE NTOMBELA

IKwaZulu-Natali idle umhlanganiso emidlalweni yama  Indigenous Games yehlula ezinye izifundazwe ezibalelwa kweziyisishagalombili (8) oqale ngomhlaka 25 Septhemba yaze yaphethwa  ngoMgqibelo womhlaka 30 Septhemba 2023, lapho kade ibanjelwe khona eHoy Park eThekwini.

Imidlalo yama Indegenous Games  uhlobo lwemidlalo ehlanganisa  umlabalaba,ingqathu,I chess Kanye nomagalobha. iKwa Zulu Natal iwanqoba wonke amaqembu ebibhekene nawo  kulomqhudelwano   UNgqongqoshe wezemidlalo Kwa Zulu Natal Dktl. Ntuthuko Mahlaba naye ubekhona kanti  ubonakale ebungaza ukunqoba kweqembu liqukula indebe Kanye nabadlali abebemele iKwa Zulu Natali engoshampeni

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *