UAmthande Mpempanduku Ongumculi we Hip-Hop ufisa ukwenza iRecord Label ezosiza abaculi

MINENHLE MHLONGO

UAthande Mpepanduku ohlala eGermiston Edukathole ongowokudabuka e Mount Ayliff e Mrwaqa eEastern Cape  owaziwa ngelika  Amthande youngnora  ongumculi wama piano abuye abe yinxusa le Velcro Clothing  oqale ukucula ngonyaka ka 2016 Une EP esihloko esithi Inxeba eyenziwe ngaphansi kwesandla Double Geez okuyiyona eshisa izikhotha  njengamanje eyathengisa ubuthaphuthaphu emakhele negama elihle kakhulu.

“Ngibe sengenza sengenza nenye esihloko sithi iphakade esishe izikhotha ephume nyakenye kulonyaka abantu bengalindela ingoma ehambisana no music video ethi bharake ezophuma kulenyanga ukubala nje imisebenzi yami embalwa”. Kusho uAthande. (Quote)

Into eyamgquqgumezela ukuthi angene emculweni ukukhulela phambi kwamaciko , ngaphambi kokuthi acule amapiano uqale wenza umculo we Hip-Hop  lapho asebenzisane khona kakhulu nabaculu abahlukene njengo Xesibe boy (imithandazo  heat maker)

“Isisifso sami ukuqhubekela phambili  ukuze ngibe ne record label ezosiza abaculi abasafufusa  abasadinga uxhaso ekuthuthukiseni amakhono abo”. esho

Amthande umculu wakhe uyatholakala  kuzozonke izinkundla zokuxhumana  nge handle yakhe @ Youngnora

on facebook ,twitter,tiktok @Youngnora  ku instagram ungu @Amthande Youngnora Email.Youngnora661@fmail.com

Inombolo 073 266 7723

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *