Sthembile Mofokeng ozalelwe kwaNdengezi ngaphandle komkhandlu wase Pinetown oyisitshudeni ekolishi owenza izifundo zobunjiniyela .Uqale ukumodela ngonyaka ka 2017 lozime unesicoco sika Royal Regents South Africa 2023 finalist uqale kuma semi-final nala obekuhlungwa khona kodwa ngomusa kaNkulunkulu ube ngabanye abaphumelele uzobe emele I Kwazulu-Natla Province eGoli Victrory Theathre ngomhlaka 02 Disemba 2023
“Ngiyathanda ukuhlala nezingane iskhathi esiningi sengivakashela izikolwe ezimbalwa emphakathini ngisiza ngokuhlanza amagumbi okufundela,izindlu zangasese ngisize ngokupheka nokuphakela abafundi,abafundi bayasidinga isikhathi sokuphumuza umqondo bebenezingxoxo ezakhaya nezivula umqondo ”