ULetoya Madlala intokazi eneminyaka engu-16 esizakhele udumo olukhulu kwezokumodela  

SHEILA MHLONGO

Ungumntwana owuthanda kakhulu lomkhakha,uthi kuyena akusikho ngobuhle noma ngokunyathela(walks and beauty) kodwa uthi ukulomkhakha ukuze abe isibonelo kulabo abangakwazi ukuzikhulumela( voice of the voiceless) ikakhulu labo abangathathi entweni,uthi ufisa ukuzobakhulisa ngokwezempilo nokubagqugquzela ekuqaleni/ ekusunguleni ama business besebancane .

Eqhuba uthi akuwona wonke amabhizinisi adinga imali ukuze uwaqale,amanye adinga usebenzise izandla zakho njengokuluka,amanye ucoshe izinto esezisebenzile( for recycling) wenze imali. Ngiwumuntu oluthandayo ushintsho nofuna ukwenza ushintsho emphakathini wangakithi,kulonyaka ngingenele umncintiswano wonobuhle okungu Miss Teen Universe South Africa ozobe wenzelwe esifundazweni i-Limpopo  kusukela mhlaka-20 Kuya Ku-23 Ku Mashi 2025.

Ngiyacela ukulekelelwa ngokuvotelwa ,ukuthengwa kwamatickets okumele siwadayisile, transport and accommodation ningangena KuFacebook account yami Letoya La-tee Madlala noma ufonele umama wami Ku 0730873215/0817659604.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *