UDimakatso Molefe uyakhuleka kunina nonke sizwe sakwethu ukuba nimxhase ukuze ezoqhuba umculo

SHEILA MHLONGO

Ngifisa ukuthi ngiphumelele ngomculo wami ngiphinde ngikhuleke kubona bnke abahleli bemicimbi ukuthi bangiqashe noma bangimeme nami ngiziveze ebantwini baseSouth Africa yonkana, ngifisa ukuthi ngiyeke ukwesaba nokuzi ngabaza ngomsebenzi wami.

Ngiphinde ngibonge ukuthuthuka ngobuciko

Sk msuthu project pty ltd ngokusebenzisana kahle nabo futhi ngisafisa okukhulu kakhulu njengoba besebenzisana namaciko. Ngifunde okuningi ngempilo nokuthi ngimazi omunye umuntu nenhlonipho ngoba mangingedwa akukho lana engizoya khona.

Umsebenzi wami uzoba muhle kakhulu ngizobapha umculo omnandi futhi onomlayezo futhi zikhona online,bazoyi thola Kuma Digital platforms wonke kanti ngiyatholakala ezinkundleni zokuxhumana Whatsapp/ Call: 063 377 6953/ 064 086 7381 naku Facebook: Dimakatso Molefe.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *