SHEILA MHLONGO
Ngineminyaka eyishumi nambili ngifunda ibanga-7 eSunbeam Academy Private School ngaqala ukumodela ngineminyaka engu-12 langangenela khona uMiss year end eMttuba kwamsane owawuphethwe umama Gcinile ngafikangabamba unombolo 1 kwi-first Princess ngosizo lukamama wayelokhu engibhekela amapegeant ukuze ngiqhubeke nekhono lami ngo- 2022.
Ngaphinde ngangenela uMiss Year End ngathola iqueen ngabe sengiqhubeka umama engifunisa ngo-2023 ngangenela notificable ngangawina ngadlula ngangenela Miss Hluhluwe Summer ngathola 1st runner up, 2024 Miss Glam ngaphuma Queen kanye ne-ambassador kanye nephilatrophist, Miss youth Eskhemelele pre teen queen and ambassador and donation, Miss heritage kwaMhlaba uyalingana pre teen, Queen ,ambassador neTop achiever. Ngaphinde ngangenela Miss Bold Kzn, ngaphumelela Queen ,face of Bold ,ambassador rand hard work.
Ngaphinde ngangenela Miss kwaMsane 1st princess, miss winter 2st runner up, miss prestigious ambassador,top achiever and face of miss Pretigious. Kzn la engifike nganominethwa ukuba ngiyomela Kzn yonke kuMissTeenGrand SA. Ngengamanje ngicela uxhaso kubobonke abangangisiza behlangene nomphakathi waseMtuba kanye noMasipala ngiya Ku MissTeenGrand SA Egoli ngenyangayamagugu (Septhemba) ngingumntwana omncane. Ngicela ningibheke kufacebook: miss teen grand naku Instagram ngicela ningi follower.

