UPhumlani “Thintamanzi”  Mahlobo eVryheid ufisa ukwaziwa emculweni ngekhono lakhe

SHEILA MHLONGO

Ngifisa ukuphakamisa umculo kanye nekhono lami kulonyaka. Ngifisa ukuthi umculo wami waziwe ezindaweni eziningi kakhulu futhi ngicela ningeseke bahleli bemcimbi ngokungiveza emicimbini eniyihlelayo.

Ngingathanda ukusebenzisana noMthandeni Sk iGcokama Elisha no DJ Lc  koproducer. Kulonyaka ngifunde ukuthi umculo uyamakethelwa kakhulu ezinkundleni zokuxhumana futhi uyanakwa uphinde uzihloniphe kubalandeli bonke ngoba ibona belungu bakho kanjalo nabahleli bemicimbi.

 Abalandeli ngibathembisa umculo omnandi kakhulu wesintu futhi ngifisa ukuthi abantu  baduduzeke kakhulu ngawo.  Umculo wami bengawuthola kuWhatsApp okwamanje ngitholakala kule nombolo : 066 197 6431.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *