USiphokazi Ndwandwe waseNdwedwe ucela isaphothi kubalandeli kukho konke akwenzayo emculweni

SHEILA MHLONGO

Kulonyaka  ngifisa ukuveza iThalente lami lokucula njengoba ngikuthanda ukucula and nginesifiso sokuthi uphumelele umculo wami. Izinhlelo  zami  ukuthi ngiqale umculo wami kuvele Talent lami nokuthi ngithole istudio esizomelelana nami njengoba ngizobe ngisamusha endimeni.

Ngingathanda ukusebenza  nomculi uBhuti Mduduzi Ncube. Isifundo engisifundile njengomuntu osamncane ukuthi kuhle ukuhlonipha abantu ungabheki minyaka ukuze nawe uzithole uhloniphekile.

Abalandeli abalindele umculo omnandi abazowuthola ozokwenziwa yimina ebese  ngicela ningeseka ngoba inina abalungu bamaciko. Izingoma zami bazozithola kuzona zonke izindawo search: ‘Ciphokazy, Dudlu Ntombi’ ezitolo zomculo Spotify,YouTube Music,Amazon,Itunes ,Distroy Kid,nakwezinye izitolo zomusic.

Ofisa sixhumane WhatsApp/ Call: 082 352 6070 / 069 804 0244  Facebook: Ciphokazy Bhincakazy naku Tiktok: @ciphongema.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *