SHEILA MHLONGO
New year Resolution yami ka-2025 ngisezinhlelweni zokuphakamisa kakhulu izinga lami lobuciko. Nabafuna ukusiqasha besiqashe online bengingakatholakali kodwa umsebenzi wami usukhona ezinkundleni nasezitolo zomculo.
Kulonyaka ngizosebenza ngedwa bese kuthi ngonyaka olandelayo nginesifiso sokusebenza no Mjikelo, INdlulamithi, nobhuti u Mkhathazi kanye noMaganga. Ngonyaka ophelile ngibe nomqondo omusha wokuba umsebenzi wami ngiwukhiphe ngo-May unyaka nonyaka.
Abalandeli ngicela bengalindela Ep yezingoma ezu-3 eziphume ngo-May 2024 tittle : ‘Udaka boy ’. Bengasesha bethi” Mqhele udaka boy.”
Izingoma zami zoqala ziyatholakala kuWhatsApp: 079 221 2572, Facebook: Ntshangase Siih u-Mqhele naku Tictok: Mqhele.

