Yethulwe ngempumelelo incwadi yombhali wase Mandeni
UMasipala wase Mandeni usingathe umcimbi wokwethulwa ngokusemthethweni kwencwadi yombhali ongowokuzalwa kulendawo uMnu. Bonisani Mahlinza ongowokuzalwa endaweni yase Sithebe. Ukwethulwa kwale…
UMasipala wase Mandeni usingathe umcimbi wokwethulwa ngokusemthethweni kwencwadi yombhali ongowokuzalwa kulendawo uMnu. Bonisani Mahlinza ongowokuzalwa endaweni yase Sithebe. Ukwethulwa kwale…
“Ubunye Art Festival umcimbi waminyaka yonke lapho khona esisuke siveza ilaka nenjabulo yemizwa yethu ngesiyikhona ngokweziphiwo zethu esaziphiwa emazulwini. Ngakho ngidlulisa ukubonga kakhulu Kubo bonke abantu ebebehambele ubunye Art Festival ngomhlaka 23 September 2023”. Ngokusho kukaNondindwa umculi kaMaskandi.
NKOSIE NTOMBELA
Iqembu laseNingizimu yeTheku iVultures leNetball lidle umhlanganiso kwindebe ebidlalwa ngosuku lokugubha amasiko eMnini Sports Centre mhlaka 23 September 2023.
IPrimo,imemezela isivumelwano soxhaso esiyingqopha-mlando ne KZN ABC Motsepe League. Inkampani ehamba phambili yezimpahla zokugqoka zabadlali ngokuhlukana kwabo kwezingubo zokudlala eNingizimu…
USicelo Siyabonga Xulu odabuka eNkandla Emakhendle kodwa owaziwa ngelika Smilosetshitshi. Ngonyaka ka 2008 ungene endimeni yezikaqedisizungulapho esebenze no Gobiqolo Biyelawakhona eNkandla emsiza ngokuphromothaumsebenzi wakhe kwaze kwaba unyaka ka 2016. Uthi uyabonga ngoba ufunde lukhulu kuGobiqolo.
INomagugu Production inikele ngezicathulo zesikole
Ngomhlaka 12 August 2023 Nomagugu Productions ezinze eLovu kade inikeza izingane izicathulo 88 pair kwakuthathwe ezikoleni eziku ward 109 ophethwe ikhansela Menzi Manqele nokuyigxenye yokubuyisela emphakathini. Nomagugu Productions iyinhlangano engenzi nzuzo esiza kakhulu umphakathi ngezinto eziningi. Yenza soup kitchen for izingane ezingathathi ntweni. Ngezikhathi zizikhukhula yayiseMgababa iyosiza labo babethintekile kuzo behlala garage sasibaphathele ukudla nezimpahla zokugqoka. Igqugquzela ukufunda nokubhala futhi iyashicilele (publishing). Ngokunikela kwethu emphakathini sicela noma ngubani ongakwazi ukufaka isandla asilekelele kungaba imali, ukudla, izingubo kanye nama computer ngoba sifundisa ukubhala ngawo nangenhloso yokuhlomisa intsha yakithi ngezobuchwepheshe
KwaZulu-Natal, eNingizimu Africa (4 September 2023) – i-Africa Health Research Institute (AHRI) iyakuthokozela ukumemezela uxhaso lwesigidi kanye nezigidi eziyisithupha zamarandia…
NKOSIE NTOMBELA
Inhlangano engenzi nzuzo ebizwa nge Miet Africa ibambisene ne Zennex mebenze uhlelo lokuqeqesha nokucija abafundi ngendlela yokusebenzisa umtapo wolwazi eMnini Thusong Centre Library ngomhlaka 01 Septhemba 2023.
UZamani Ngcobo (17) odume ngelika, N2 RpsA, ungumculi we Trap ,Hip hop kanye neKasi Rap.uzalelwe e HARDING KWANYUSWA kodwa manje usehlala ePortshepstone.
Enyangeni kaAgasti iConnect Africa ibungaze usuku lwabesifazane abangosomabhizinisi ngezinkulumo ezakhayo becobelelana nangamasu okwenza ngcono imisebenzi yabo kanti uNdunankulu wesifundazwe saKwaZulu-Natali…