Ufihlwe ngomngcwabo osezingeni likahulumeni uClive Barker
“Lona esivalelisa kuyena akuyena nje umqeqeshi, ungumuntu ongubaba kubadlali abaningi bebhola lezinyawo noma abadlali bangaphambili.
“Lona esivalelisa kuyena akuyena nje umqeqeshi, ungumuntu ongubaba kubadlali abaningi bebhola lezinyawo noma abadlali bangaphambili.
Intaka ibekelwe amazolo kumgubho wabantu abasha esigodini sakwa Mgai eMzinto.Indumezulu yedili lezemidlalo ebizwa ngokuthi i Dream Cup ekuzobe kuyihlandla lesithupha kulonyaka ibakhona.
Kwethulwe amagama alabo abaqokelwe ukuhlonishwa ngowama South Africa Boxing Awards 2023, emcimbini obubanjelwe ePremier Hotel, eMhlanga, eThekwini ngeviki eledlule.
ETHEKWINI – Iqalile imidlalo ye World Table Tennis Championship Finals e ICC EThekwini. INingizimu Africa ivule ngomdlalo wokuqala obuphakathi kuka Musfiquh Kalam (21) wase Peutro Rico, kanye no Melanie Diaz (27) oyintokazi yase South Africa ebithwele kanzima kulomdlalo yize kukhona iziwombe lapho ibiqale kahle kakhulu khona ngoba ikhombise umdlandla omkhulu.
Iqale ngegiya eliphezulu i Table Tennis World Championship Finals 2023 e Durban ICC, EThekwini kulempelasanto.
U Percy Tau ube yiqhawe eGibhithe eqobela amanqaku amabili ezakhe i Al Ahly zibhokoda i Esperance De Tunis ngamanqaku amathathu eqandeni ngoLwesihlanu olwedlule.
AmaZulu FC asazoqhubeka nokulolongwa ngu Ayanda Dlamini othathe izintambo ngemuva kokuthi leliqembu laKwaZulu- Natal lixoshe loyo obengumqeqeshi wayo u Folz ngenxa yokuphikwa yimiphumela.
Kuze kwasiza amaphoyisa uMama Joy osengumlandeli wokuqina we Royal AM obethukuthele egane unwabu kade ezakhe zibhekene neOrlando Pirates obekuyiqembu lakhe lakudala.
I Table Tennis Board kanye ne KZN Department of Sport e Royal Hotel kube nesifundo nge Table Tennis kanti kuvelile ukuthi I South Africa iqalile ukulungisa ama Champions akusasa.
I-KZN Chess Open ifinyelele esiphethweni ngeSonto ntambama, ngemuva kwemizuliswano engu-8 ye-chess yokuncintisana. Lo mqhudelwano unqotshwe abadlali baseGauteng abavelele bemuka nemali engu-R3 500.