UMasipala weTheku usuphothule isigaba sokuqala sohlelo lwezindlu kuwadi 85

UMasipala weTheku usuphothule isigaba sokuqala sohlelo lwezindlu iR293 Housing Project kuwadi 85 kanti abanikazi bezindlu abasha bazongena ezindlini zabo maduze. IKhansela lakuwadi 85 uSiphelele Nene lithe isigaba sesibili sesiqalile. Uthe miningi imindeni ehlomule kulolu hlelo lwezindlu. Uthe uhlelo lugcine luphumelele phezu kokubambezeleka ngenxa yezikhukhula zangonyaka owedlule. 

Continue reading

IBET Software ihalalisele abafundi bakaMatric baseVelabahleke High School

IBET Software ihalalisele abafundi abaphume phambili kumatikuletsheni NgoMgqibelo mhlaka 28 kuJaniwari 2023, ihlanganyele kanye nesikole iVelabahleke High School bebehalalisela abafundi abathole imiphumela eseqophelweni eliphezulu kuMatric. Kuphindile futhi ukuthi lesisikole sithole i-100% pass rate, bangu-396 uma sekuhlangene.abafundi abaphase ngamalengiso.

Continue reading